iPortfolio lika-Khanyisile
ikhaya
Umlando Wami
eMzansi
eSwatini
eMozambique
Amakilasi Ami
Amajeneli ami
Amanothi Ami
Amaprojekti Okugcina
Imidlalo YeStagi Yezilimi ZaseAfrika
IsiZulu 4 Incwadi Yethu
Amaculo Ami
Izindlela Ngisebenzile IsiZulu
Ngabangane
Esontweni
Emsebenzini
IsiZulu 1
Weekend Journal 2
Ngempelesonto nami ukuhle. NgoMgqibelo ngiye eCarver kanye nobhuti nami nguDavid. Sihambe ngemoto eKing Richard’s Faire. Sihlangana lapha umngame nami uTisha. UTisha uhlala eCharlton futhi sifundile enyunivesity iminyaka kane.
Sithokozile kakhulu UKing Richard’s Faire! UFaire kufana na-Ingilandi kaminyaka kade. Sibone iNkosi Richard namabutho namakosazana. Sibone amabutho bezikhwela amahhashi lwanana. Ubhuti nami uthenge isigqoko nophaphe. Njalo sidle nyama namazambane futhi siphuzi manzi.
Ngesonto ngiye esontweni. Lapha amakholwa amanika imali ukusiza amasonto ngamhlaba. Ngisize ukubala imali futhi besibala ubaningi abadollars.
Weekend Journal 5,
Oct. 15, 2007
uMgqibelo
NgoMgqibelo ekuseni ngiye elabhulali la-Eastern Nazarene College ngoba ngifune ukunika semuva izincwadi. Emva kwalokho ngiye ekhaya likagogo wami. Ngifune ukubhala intshumayelo ebusuko futhi ngeSonto. Ngitwetwezele kancane ngoba angithanda ukukhuluma phambi kwabantu.
Kusihlwa, ngo6 mina nobhuti wami sifikile esontweni ngesikathi. Abantu basontweni balungise ukudla kumnandi! Emva kwalokho ngisukume futhi ngikhulume ngaseMozambique nabantu lapho. Ngikhulume futhi ngomndeni wami futhi umsebenzi wabazali bami. Ekuqaleni ngitwetwezele kodwa emva kwalokho kancane ngingconile.
Ekugcineni, konke ukuhle.
iSonto
NgeSonto ngiye esontonweni e-Hingham. Kabusha, ngishumayelile. Konke ukuhle, angitwetwezelili. Emva kwalokho abantu basonto bameme mina ukuya naba erestoranti.
Ngikhulume kakhulu. Ngithokozile.
Emva kwalokho ngiye ekhaya likagogo wami. Angizwe kahle. Ngilale isikhathi kancane emva kwalokho, kusihlwa ngiye esontweni wakwa-Salvation Army ngoba umfowethu ucule ekhwaya lonyunevesi lakhe. Emva kwalokho ngibuye ekhaya lami futhi ngifune ukufunda kodwa angizwe kahle. Ngilalile.
Weekend Journal 8,
Nov. 13, 2007
NgoMqibelo
NgoMqibelo ekuseni ngiye ekhaya likagogo wami. U-anti wami uye e-New Hampshire ngoba uvakeshele abangane bakhe futhi uye u-Quilters’ Conference. U-anti wami uthanda kakhulu ukuthunga (sew) ‘quilts’. Ugogo usale ngedwa futhi ngiye ukuvakashela yena ekuseni.
Ngisize yena ngesebenza elikhaya. Ngo3, sihambe ngemoto e-Wollaston T-station ngoba ngiye ukuhlangana kanye nomgane wami, Pam Kitner. U-Pam uhlale eSwaziland futhi abazali bakhe bazi abazali bami iminyaka eminingi. Manje bahlala bonke eMiddleborough. Siye lapha futhi sidle ekhaya kwabazali bakhe, nguAmos noSally. U-Sally upheke “curry” futhi sidle “chutney” uvele eNingizimu Afrika. Ukudla okumnandi! Ngithokoze kakhulu kakhulu! Emva kwalokho sihlale futhi sixoxe kakhulu! Ngiphume ebusuko ngo10! Ngithande kakhulu ukuxoxa ngenzinkumbulo laseAfrika.
NgeSonto
NgeSonto ekuseni ngiye e-Sunday School noAudrey, bese siye esontweni. Ibandla kancane ngoba abantu baningi bahambile futhi uMsombuluko ngeholide. Futhi ekhwaya ungahlabelele ngoba umqondisi lasekhwaya nomnyeni wakhe abekhanga.
Emva kwaloko ngiye ekhaya kwagogo sidle ilantshi futhi ngifunde. Ngo 4, u-anti nomngane wami, uBeth, nami siye esontweni lase-North River Community ngoba siye “e-konsetini” (concert) lasekhwaya lase-Eastern Nazarene College. Ubhuti wami uhlabelele leli ‘khwaya. Sithokozile kakhulu ukuzwa imiculo lakhe! Umfowenu uhlabelele ‘u-solo’. Ngiziqhenye! (I was proud!)
Sidle lapho esontonweni futhi. Sidle amazambane, nyama nesobo nimifino, siphuze “spiced apple cider” netiye noma ekhofi. Emva kwalokho sidle “i-dessert”, u-ayisikhilimu nokheke yamabhula. Kumnandi!
Emva kwalokho siye ekhaya kwagogo futhi ngithume (I sent) amafotho ngekhompyutha ukuba abazali bami ohlalayo eMozambique.
NgoMsombuluko
UMsombuluko eholide kodwa ngivuke ngo7. Size Audrey ukulungisa ibulakufesi bese ngiye kwagogo. U-anti wami ubuyile eNew Hampshire ngoMqibelo ubusuku. Udinge ekuseni ukuya egalajini ngoba amasonda ngemoto lakhe unenkinga (had problems?). Ngiwupheleze igalaji futhi sibuyise sonke. Bese ngo 4 sibuye futhi. Amadoda khona asho ukuthi konke ukhwandwa (everything was repaired).
IsiZulu 2
Weekend Journal 2,
Jan. 28, 2008
NgoLwesihlanu
Ekuseni ngihambe nesitimela ukuya emsebezini futhi akanabantu baningi khona. Ngicabanga ukuthi abafundi abafuni ukufunda ngoLwesihlanu nempelasonto. Ntambama, uthisha ufike futhi ngikusize uthola izincwadi leziFulentshi. Sithole izincwadi zesihupha, kodwa angisitholanga ibhuku elilodwa. Ngicabanga ukulahlekile. Uthisha unginike ikheli lika-email lakhe ngoba ngitshele yena ukuthi ngizozama uzolithola.
Ngiqede ukusebenza ngo phasi-4 kodwa ngilungise ukuhlangana nabangame bami e-Kenmore ngophasi-6. Nginesikhathi siningi! Ngilinde elayibuleli futhi ngifunde nabhale i-homework lami lesiZulu. Emva kwalokho, ngiye kwa-Barnes and Noble. Abantu bangini bangenile lapha! Ngibone na funde izincwadi zimbalwa. Ngo 6:15, abangane bami (uJulie no-Eve) bafikili futhi bangishaya mina nocingo. Ngiye phandle futhi sihlangane futhi emva kwalokho, siye kanyekanye kwa-McDonald’s. Sidle lapha futhi sihambe futhi ekhaya lika-Laura, umngane wethu okufundayo (ngoba siye ukufunda iBhayibheli). Futhi sizofunda izincwadi zimbili. Sixoxe kakhulu ngoba angithandanga kakhulu izincwadi lezo ngoba akana-verses iningi yiBhayibheli. Sibuye eQuincy, mina noJulie no-Eve ngo-11 futhi ngifike ekhaya ngo-12. Ngikhathele mina!!
NgoMqibelo
NgoMqibelo ngivuke ekuseni futhi ngiye estolo “Michaels” (bathengisa opende, amaphepha futhi izinto ziningi za-‘art’). Ngidinge ukuthenga opende yimibala phuze, nebomvu, nensundu, nemhlope, newolintshi. Emva kwalokho ngiye ekhaya likagogo ngoba ngidweba lapha.
Nkk. Ellen Decker ungicela ukuwenza umfanekiso. Ukhulele e-Swaziland futhi ufune umfanekiso waseSwaziland. Ufuna ukukhumbula iminyaka uma uhlale laphaya. Unginike “izi-photos” ngoba ufune izinto zithile nesithombe. Ufune: mpumalanga nezintaba, nempomphoma (bakubiza “Matenga”), nendlu yisiSwazi, nebhodwe, nesihlangu, ne“flag” lesiSwazi, umuthi, isonto laNazarene, nesikole seBhayibele. Kukhona izinto ziningi ukuthi ngidinga ukupenda. Angiqedanga ngoMqibelo. Ngidinga ukuqhubeka yimpelesonto elandelayo.
NgeSonto
NgeSonto ngiye esikoleni yiSonto no-Audrey bese ngiye ukulungisa umculo nekhwaya kasonto. Ngithande kakhulu uhlabelelo ukuthi sicule. Ngesikhathi sendumiso, ngidinge ukukhuluma ngase-“missions” emhlabeni futhi amabandla nabantu baningi badinga izinto ziningi. Ngoba siyabantu beNkosi, sidinga ukuthandaza futhi nika imali ukuthi siza umsebenzi waNkosi wethu uhamba phambili. Kulukhuni kancane ngoba angithanda kakhulu ukucela imali (ngizwa ukuthi ngicela imali ukusiza abantu kodwa angithanda). Ngenze kahle.
Emva kwalokho, mina nobhuti wami siye ekhaya likagogo. Sihambe ngemoto futhi kulukhuni ngoba uwile iqhwa. Siye lapha ngoba sigubhe usuku lokuzalwa wabhuti wami. NgoLwesibili uzona-22 iminyaka! Sidle ukudla mnandi bese ubhuti wami uvela amakhadi yakhe. Sigubhe ngeSonto ngoba ngoLwesibili uzoba inyunivesi futhi nozokufundela. Sibe isikhathi esihle!
IsiZulu 3
Asibhalanga amajeneli leli semester ngoba sinomfundisi esahlukene, uDoctor Katamzi.
IsiZulu 4
IJenali 1,
1 ngoFebruwari, 2009
Ngempelasonto edlulileyo, bengimatasatasa kakhulu! Ngesinye sikhathi ngiyajabula uma uMsombuluku ufika!
NgoLwesihlanu
ngiye emsebenzini ekuseni. Nginelanga elithulile lapho, kodwa ngijabule kakhulu ukubona abafundi basebenzayo lapho elabhuleli nami. Ngibone uThembi futhi saxoxa ngamaholide nesemester leli.
Ngishiye emsebenzini ngo-4 ngafika ekhaya ngafonela abangame bami ngoba ngo7, siye kanyekanye ekhaya likaJulie, umngane wethu futhi ngidinge ukushaya imoto ukuhlangana nabo. Onke uLwesithathu sihlangana ukufunda iBhayibheli kodwa lo Lwesihlanu asifundanga iBhayibheli ngoba umholi wethu, uLaura unelanga lokuzalwa. Sicashisele ikhekhe nencwadi bese emuva sidle i-pizza simthusa (we surprised her) nekhekhe. Sicule futhi! Sidle ikhekhe saxoxa sadlala umdlalo omuhle obiza "Apples to Apples". Liphuzile uma siqede futhi sayisa uLaura eBoston emotweni ngoba uhlala phakathi edolobheni (sasaba isitimela esigcinileyo (last train) sesukile). Ngifikile ekhaya phuzile kakhulu! Ngijabulile ukungena embhedini wami!
NgoMqibelo
ngivuke ekuseni ngo-10, ngiphuzile! Ngithanda ukuvuka ngo8 noma phas-8. Ngizigeze ngadla ibhulekufasi ngabona ukuthi sidinge ukususa umuthi woKhisimusi. UDavid nami siwufake emabhokisini. Emuva ngophas'11, ngikhumbule ukuthi ngidinga ukuya ibhange, kodwa ibhange livala emini! Ngibhale ama-checks ngokushesha bese ngahamba emotweni ebhangeni. Ngiphumulele! Emuva ngiye esitolo ukuthenga ukudla. Ngibuye ekhaya ngageza izitsha ngageza izingubo futhi ngashanyela (sweep?)ikhishini. Ngibhale futhi i-homework lami lesiZulu, bese ngibone isikhathi. Ngidinge ukuya esontweni!
Esontweni kukhona iphathi noma umhlangano wesifazane. Ngifika lapho ngesikhathi futhi sibe-14 isifazane lapha. Sadla kanyekanye. Ezimemeni zithi singakhethe ukuletha i-salad noma i-dessert. Mina ngilethe amabhisikidi (chocolate chip). Sidinge ukuletha $4 futhi ngoba sathenga pizza kanye.
Sidlale umdlalo omnandi. Umholi, uBetty, usitshele ukuzihlukana ngamaqembu amancane ngobudala. Mina nosisi wami singene iqembu lika-"20 somethings", kukhona lapho isifazane ngemaqembu ya"30 somethings" kuya ku "70 somethings". Manje emaqembini ethu, sidinge ukuxoxana ngezinkinga nezinjabulo zethu ebudaleni bethu. Sinezimbuzo ziningi futhi uma siqeda ukuziphendula sihlala ndawonye futhi bese sidinga ukufunda izimpendulo bese sidinge ukubuza iqembu phambi kwethu (ama-"30 somethings"). Umbuzo wethu: "uzoqeda lezi lo khukathazeka kwe-20's uma sineminyaka amashumi amathathu?" Basiphendule "cha!"
Kuhle ukuzwa izinkinga nezinjabulo zezifazane zezinkhathi zeziningi futhi ukubona ukuthi izinto aziguquli kakhulu (things don't change a lot) ngesikhathi. Iqembu yamagogo ("ama-70 somethings") benombuzo kithi. Bafuna ukuzwa nxa thina ("ama-20 somethings") sizobeka iNkosi yethu phambi kwekonke nezimpilo zethu. Emuva umdlalo wethu, sidle ama-pizza nama-salad nama-dessert (kumnandi!) bese sixoxana ngamacebo (about ideas) ngesikhathi esizayo. Ngifikile-nje ekhaya ngophase 10 ebusuku!
NgeSonto
ngivuke ekuseni ngo 6:45 ngageza ngadla ibhulekufasi bese ngathola izingubo ukugqoka esontweni. Bese ngiye ukubingelela uAudrey phezulu kwethu. Emva kwalokho siye esontweni. UAudrey uye e-Sunday school kodwa ngidinga ukujoyina ikhwaya ukulungisa iculo lethu phambi kwendumiso. Sesaba kancane kodwa sacula kahle. Emuva indumiso ngisize u-Audrey ukubuya ekhaya bese ngilungise ilantshi lethu. Simeme abanye abangani ukudla nathi. Sinesithupa etafuleni ukudla ilantshi. Emva kwalokho, usisi wami, uMary nomngane wakhe uMichael, baye ukugeza izitsha. Mina nomngane wami, uEve sihlale ekameleni lokuhlala futhi saxoxana. Ngo phas' 4 abanye abangane bafika ikhaya lethu bese singene emotweni lami siye eSouth Weymouth ngoba umngane wethu, uJulie usimeme ukuza ukubhuka i-Super Bowl. Angithandi kahle i-football laseMelika kodwa ngithande ukuvakashela abangane bami. Sidle ama-pizza (futhi!) nezibiliboco. Kumnandi kakhulu! Sidinge ukushiye phambi kweqeda umdlalo. Ngidinge ukuya ekhaya likagogo wami ngoba ubhuti wami, uDavid unosuku lokuzalwa ngomhla ka-29 ka Januwari futhi sifune ukugubha kanyekanye ngeSonto. Badla ama-pizza lapho ekhaya lika-gogo futhi kodwa angidli...ngisuthile! Siye ekhaya ngo-10 futhi ngisaqhubeka ukuqeda ihomework lami lesiZulu bese ngingene embhedini futhi.
Journal 2, Feb 23, 2009.
Nginempelasonto elidluleyo elimnandi impela! Bengimatasatasa kodwa ngikhonze konke ngikwenze. NgoLwesihlanu emuva ngishiye emsebenzini, ngihlangane nabangane bami. Siye ekhaya likomngane wethu, uLaura, ophekayo ukudla okumnandi! Sidle ispaghetti no-meatballs nefettucime alfredo (le mpelasonto angidli ipizza neze!). Uma sisuthe kakhulu siqale ukufuna iBhayibheli sithandaza sixoxisana.
Kwakukhona izinkinga ngaphakathi kabangane futhi phambi komhlangano wethu ngithandaze ngicele ukuthi iNkosi ungisize ukukhuluma amagama aqiniseleyo. Ave iNkosi usisize phela! Sinomhlangano wofundo weBhayibheli kumnandi! Ngisenika izibongo kuJesu ngoba ungiphendule! Sishiye lapho phuzile kakhulu futhi ngijabule kakhulu ukungena embhedini wami!
NgoMqibelo ngivuke ekuseni ngoba ngiufune ukuya ibhulekufasi lamakhosazana yasesontweni. Singene ngo7 (eish! Ekuseni impela!). Kulukhuni ukuvuke kodwa ngiphumelele. Emuva ngingathi ngikhonze ukuba laphaya. Sidle ukudla okumnandi okulethileyo kwamakhosazana. Sidlala umdlalo ukusisiza ukuzwa omunye nomunye ngcono. Sidlala nje: sidinge ukubhala izinto ezinhlanu emaphapheni zisizichaza bese umuntu oyedwa wazifunde. Thina sidinga ukuqagela/ukuphendula nokuthola ngubane
ozibhalayo lezi zinto. Sifunda izinto eziningi ngababhali futhi sihleka kakhulu! Kuhle! Siqede ngo9 ekuseni bese mina ngibuye ekhaya.
Ekhaya, ngigeze izitsha futhi ngishanyele ekhishini. Usisi wami wageza izingubo bese wageza futhi 'indlu encane'. Uma ngiqede ukugeza, ngibhale i-list lezinto ngidinge ukuthenga esitolo bese ngishiye ukuhamba emotweni. Kuqala ngiye ekhaya likagogo wami ngoba ngidinge ukuthatha umfanekiso ongipendayo. Kukhona inkosikazi eMaryland yakhulela eCongo. Yahlala eMaryland manje futhi sihlangana ewebsite ibiza www.Africam.com. Sibhalana kakhulu manje! Yena ufune ukuthenga lesi sithombe futhi ngidinge ukuwuletha eUPS ukuwulungisa ebhokisini bese ukuwuthumela kubo. Kuyubiza ukuwuthumela! Uzofika lapho ekhaya likaMyra ngoLwesithathu. Ngimshayele nocingo ukumtshela ukuthi isithombe sendleleni bese ngiye esitolo ukuthenga ukudla nezinye izinto. Kusihlwa, ekhaya ngipheke inkuku estir fry nerhayisi bese ngilungise i-dessert ngoba ngelanga elizayo, eSonto, sibe nezivakashi. Uma konke ulingiswe ngibhale umsebenzi wasekhaya wami.
NgeSonto ngivuke ekuseni, ngizigeze ngizigqoke bese ngiye ekhishini ngilungise ichili. Uma uThisha noThemba ungifonela, ngihambe ngemoto ukubathola esiteshini bese siye esontweni. Umshumayeli, umfundisi Fullerton, wasivalelisa ngoba yena nenkosikazi yakhe bazoya e-Idaho ukusebenza lapho. Emuva intshumayelo, sicule ngesiZulu endumiseni futhi ngicabanga ukuthi ibandla ithanda kakhulu! Umholi wamaculo, uEdmund, usisize ukucula ushayele isigubhu. Kumnandi!
Uma idumiso iqeda siye ekhaya lami ukudla ilantshi. U-Edmund nenkosikazi yakho uGisela usijoyina futhi sidle kanyekanye. Kumnandi ukudla nakuxoxisana. Sidle i-chili noshizi nesinkwa bese sidle i-ice cream pie nekhofi. Ngophas-3, sahamba ngemoto esiteshini, futhi uThisha noThemba babuye eBoston. Ngibuye ekhaya futhi ngigeze izitsha bese ngiye esontweni futhi ukulalela i-A Cappella kwaya. Kumnandi kakhulu!! Ngicabanga amaculo abo afana nse amaculo asezulwini! Ngo-8 uma uqedile, ngiye ukuvakashela ugogo noanti wami.
IJeneli lami,
April 13, 2009
Angimatasatasa ngempelasonto edlulileyo futhi ngijabule ngoba angizwanga kahle. Ngeviki edlulileyo, ngoLwesithathu ngifike ekhaya ngo10 ebusuko emuva iklasi lesiZulu. Uma ngidle idina ngizwe ubuso wami uqale ukushisa nokucasula kakhulu! Ngithathe umuthi ubizwa iBenadryl bese ngigcobe (spread)ebusweni. NgoLwesine noLwesihlanu ngisephethwe ubuso! Onke amalanga ngigcobe iBenadryl ebusweni bami futhi lingisize kancane kodwa ngisephethwe.
NgoLwesihlanu ngiye ekhaya likagogo. Ngilethe ikhompyhutha lami namaphapheni ngoba ngifune ukwenza ama-tax ami (izintela zami). Kodwa, ngoba angizwanga kahle, ngihlale phansi kuphela futhi ngifake indwangu emanzini apholileyo bese ngiphathe ebusweni bami. Ngivakashe ugogo wami kuphela. Ngikhethe ukubhala izintela zami ngoMqibelo.
NgoMqibelo, ipulani lami ekuseni bekusiza umngane wami, uAlex, odingayo ukubhala isivivinyo esikhulu ngeklasi lakhe ngeTheology. Yena ufunda nge'distance education'/ ufunda kude kwesikole sakhe (ibizwe Gordon-Conwell Theo. Seminary). Udinge ukubhala lesi sivivinyo kodwa udinge umuntu omunye ukumbheka. Ungicele ukumsiza ngoba ngingumlabhuleli futhi ngingabhekela yena. Uphuzile ngoLwesihlanu, uAlex ungishayele ungitshela ufuna ukubhala isivivinyo ngoLwesibili kusihlwa. Siphenduke ipulani lethu. NgoMqibelo ekuseni, ngiphuzile ukuvuka. Ubuso bami ubengcono kancane. Ngihlanze ekhaya bese ngiye esitolo nosisi wami odingayo ukuthenga izicathulo nojeans. Emuva kwalokho, siye ekhaya likagogo wethu. Emuva ngibhale
izintela zami. Uma ngiqedile, sibhuke ifilimu kanyekanye.
NgeSonto, ePhasika, ngivuke ekuseni mpela! Ngifune ukuya indumiso yempumalanga ngophas-6 ebhishini. Angizwanga lutho ngeleyo indumiso kodwa ngikhumbule indawo nesikhathi. Ngishaye imoto ukuthola uma kukhona indumiso. Ngibone abantu abaningi esihlabathini. Ngibajoyina, futhi sibone ilanga livuka. Ave elihle!! Kodwa kuyamakaza! Kuvunguza umoya! Sicule izingoma bese umfundisi ushumayele bese sithandaze futhi ngibuye ekhaya ukuphuza itiye!
Ngophas-10, mina nosisi nobhuthi wami siye esonto eHingham. Ubhuti wami uhamba lapho futhi ngalelilanga yena uyabhabhadisa! Mina nosisi wami sijabulile! Emuva isonto, siye ukudla ilantshi (umgidi!) ekhaya likagogo!! Kumnandi mpela! Bese ngo3, umzali wami nomakoti wakhe wasivakashela. Sixoxisana amahora amaningi! Kusihlwa senze amasendwishi nesibhuke umabonakude. Sijabulile ukuzwa ukuthi ukaputeni obambayo duze eSomalia osindiseyo ngamasosha aseU.S.Navy. Ngo10 ebusuku sibuye ekhaya, ngikhathele futhi ubuso wami wasalimele kancane.
IsiZulu 4 -- 2017
I-Jeneli Lami,
January 29, 2017
18/20 Usebenzile!
Le mpelasonto bengimatasatasa! NgoMgqibelo, ngivuke ekuseni futhi ngiqale ukugeza izingubo zami, bese ngigeze izitsha (ekhaya lami kukhona izintombi ezimbili ezingathandi ukugeza izitsha!) Emva kwalokho, ngishaye ucingo ukukhuluma nomngame wami, uLoumona. ULoumona wayesebenza nami elabhuleli kodwa manje wahlehla/ udla umhlalaphansi. Ngifune ukwazi ukuba uzofuna na ukuya nami emgcwabeni kababa kaTim Longman (uTim ngumphathi we-Center yophenyo lwe-Afrika eBoston University. ULoumona ungitshele yebo, ufuna ukuya nami. Sifikile esontweni ngo10. Sibone uthisha wami wesiZulu nabasebenzi abasebenza nami eBU. Umngcwabo bewumuhle kakhulu. Emva kwalokho, sibingelele umndeni wakwaLongman bese sidle ukudla kancane phambi kokubuyela emakhayeni ethu .
Phezolo ngiy’esontweni labazali bami eSouth Weymouth. Bekukhona laphaya ama-missionary ase-Thailand. Phambi kokungena kwenkonzo, sidle e-fellowship hall. Ibandla belinomncintiswano-... bebeyazama ukuphumelela noma ukuwina i-macaroni & cheese nesobho elihle kakhulu. Besidinga ukuvota nokulikhetha. Emva kwalokho singene enkonzweni.
Ngo-7 siqedile futhi umngane wami, uJulie nami siye eFire Escape ukulalela umculo. Sihlangene nomngane wami uCarol. Sithande kakhulu umculo lapho. UFire Escape unomculo wesiKrestu. Sisuke lapho ngo10 futhi ngishayele imoto ngaya ekhaya. Bengikhathele kakhulu! Namhlanje ngivuke ekuseni futhi emuva
ngizungezile
[z1]
, ngihlala manje ukubhala i-homework lami ngoba ngizoba matasatasa namhlanje futhi! Ngo-10 ngizoya enkonzweni esontweni lami bese sine-Sunday School. Emva kwalokho mina nosisi wami sizoya ekhaya labazali bethu ngoba umfowethu unosuku lokuzalwa namhlanje. Une-31 iminyaka. Sizodla ilantshi elimnandi! Ukhethe inyama yenkomo namazambe no-Yorkshire Puddings bese sizodla i-cheese cake (ngilambile manje!).
Emva kwalokho, ngo4, ngizoya ebandleni labazali bami ngoba ngizoya enkonzweni yama-Brazil...sizocula sikhulume ngesiPutukezi. Emva kwalokho ngizolinda ukuhlangana nabantu benkonzo yesiNgisi ngo6. Sizolalela lama-missionaries ase-Thailand futhi.
Emva kwalokho ngicabanga ukuthi ngizodinga ukulala – ngizobe ngikhathele mpela!
[z1]
Uthini? Angiqondi kahle Khanyie.
I-jeneli lami lempelasonto
. -- Feb. 21, 2017
NgoLwesihlanu uma ngiphume emsebenzi, ngifike ekhaya ngikhathele mpela! Usisi wami ukhathele futhi udabukile (ubekhumbula umngane wakhe uJoanna oshone ngo-November). Ngizame ukumsiza ukumthokozisa kodwa angiphumelelanga. Angiphekanga ukudla… ngithole ama-corn chips ne-salsa ukudla. Usisi wami ufudumeze ama-leftovers kwi-microwave. Ngizamile futhi ukumthokozisa futhi ngimbuze uma ufuna ukubona ifilimu na. Ungitshele “yebo, singabona ifilimu”. Ukhethe “uCinderella” kodwa si phuzile ukuqala ukubheka ifilimu …siphuze i-hot chocolate. Emuva kwesikhathi, ngiqale ukulala esofeni! Ngivuke duze ekugcineni kwefilimu! Kodwa ngijabuliswe ukubona uMary ethokozile. NgoMqibelo ngivuke ekuseni futhi ngiye e-South Shore Plaza ukuhamba nokuzilolonga nabazali bami. (BeNgihleka ngoba bekuyimi kuphela/ ngedwa omncane laphaya abantu abaningi laphaya bebedala.) Emuva kwalokho siye ekhayeni labo saphuza ikhofi kanyekanye. Ngo-phas 10 ngiye ukuhlangana nomngane wami uJulia. UJulia uhlanganise izintombi ezintathu. Sibabiza “Joanna’s girls”. UJoanna wazihlanganisa lezi zintombi. Lapho uJoanna eshona, udadewabo unqume (decided) ukuqhubeka ukuhlanganisa lezi zintombi. UJulia ungicele ukuhlangana nabo ukubasiza ngezinto zaphakathi kwekhaya ngoba kumakhaza phandle. Ngikhethe ukudweba ama-paper dolls bese izintombi zingadweba izingubo zigqokise odoli bamaphepha. Ngidwebe ama-dolls bese ngazicea ukukhetha izinwele zabodoli, bese ngizidwebe. Sibe nesikhathi esimnandi kakhulu! Izintombi zikuthokozele kakhulu ukudweba izingubo.
Ngizishiye ngophas’ 2 ukuhlangana noMfundisi Lisa Morrison ukuhamba ehlathini lika-World’s End. Bekuwusuku (It was a day) olumnandi! Sithokoze mpela ukuhamba endleleni kodwa kusekhona (there was still?) iqhwa namanzi nodaka! Ebusuku uMfundisi Lisa, uThapi, uCarol nami siye eFire Escape. Abaculi lapho bacele uThapi ukuthi acule . Simangaliswe kakhulu ukulalela uphimbo lwakhe. Ucula kamnandi! Mayebabo!! Abanye abantu baqale ukukhala uma bemlalele. Uma eqedile, ngilethe uCarol noMfundisi Lisa noThapi ekhaya labo bese ngiy’ esitolo. Bengisesitolo ngo11 ebusuku! (Ngiyahlanya mina! Kodwa angifunanga ukuya esitolo ngeSonto phambi kokungena isonto. Bengifuna isikhathi esithulile sokuhlala ekhaya ngifunde iBhayibeli lami phambi kokuya esontweni.
I-Jeneli lami
-- March 20, 2017
Le mpelasonto bengimatasatasa mpela! Ngishiye emsebenzi ngophas’ 5 ngoba nginomhlangano nabasebenzi bami. Sifune ukukhetha izincwadi ukuthengela elabhuleli.
Ngizame ukuya ekhaya ngokushesha kodwa i-subway liphuzile. Uma ngifike eWollaston, ngishayele nocingo usisi wami futhi sikhethe ukudla Wendy’s ngoba ngidinge ukudla ngokushesha. Ngidinge ukuya e-Eastern Nazarene College ngo-7 ukwehlulela izithombi elabhuleli. Le mpelasonto kukhona e-Eastern Nazarene College isihlakalo sibizwe i-Festival of Life. Intsha yaseBandla yeNazarene yase-New England yonke ihlanganana yencintisana. Kukhona i-football nebasketball nomculo nama-drama ne-photography nobuciko.
Ngivume ukwehlulela lezi zinto ezine: drawings and prints, paintings, crafts and sculpture. Ngidinge ukwehlulela izonte zonke phambi kwe-10pm! Bengikhathazeka ngoba ngibone ukuthi ngidinge ukubheka izinto eziningi!! Kodwa ngiqede ngo-9:50pm! Halala! Ngiphumulele!
NgoMqibelo ngivuke ekuseni bese ngivakashele abazali bami. Siya eOlympia Diner ukudla ibulekufesi. Abazali bami badle amaqanda nebacon nesinkwa. Mina ngikhethe ama-pancakes. Siphuze ikhofi. Emuva kwalokho, sibuye ekhaya. Ubaba wami uqhubeke ukulungisela izifundo zakhe. Mina ngiqale ukwenza izintela zami ekhompyutha. Angithanda mpela ukwenza izintela kodwa ngijabule kakhulu ukuziqeda! Ntambama ngimukele impahla ekhaya. Bekukhona (it was there) incwadi yami! “Jabulani” Unyaka odlule, ngidwebe izithombi zendaba zomngane wami, uJonathan. UJonathan ukhulwe eMzantsi njengami. Ubhale incwadi yabantwana futhi ungibuze ukudweba izinthombe zelencwadi. Siqedile le ncwadi futhi ungalithenga e-Amazon! Ngilithenge ngeviki elidlule futhi ngoMqibelo lifikile. Bengijabula kakhulu ukulibona!
Words I looked up:
ukwehlulela – judge
Isihlakalo -- event
Intsha – teenagers
-ncintisana – compete
-khathazeka -- worry
Intela/izintela – tax/es impahla -- package
ikhaya
Umlando Wami
eMzansi
eSwatini
eMozambique
Amakilasi Ami
Amajeneli ami
Amanothi Ami
Amaprojekti Okugcina
Imidlalo YeStagi Yezilimi ZaseAfrika
IsiZulu 4 Incwadi Yethu
Amaculo Ami
Izindlela Ngisebenzile IsiZulu
Ngabangane
Esontweni
Emsebenzini