Ngo1992, abaholi baseFRELIMO noRENAMO bahlangana e-Rome futhi basayini imvumelano yokuthula (amaRome General Peace Accords). Beyisikhathi esifishane ukuthi siye eMozambique ukuhlala khona. Mozambique waphethwa kakhulu ngempi futhi umnotho (economy) wakhe wabola.
Uma sangena eMozambique isikhathi sokuqala, sabona ubufakazi bempi -- endleleni ukufika eMaputo sabona izimoto eziningi zishiswe ngeRenamo. Ngangineminyaka engamashumi nambili futhi angifunanga ukuya eMozambique. Ngathukuthelel kakhulu nabazali bami noNkulunkulu ngoba ngafuna ukubuy eMzansi neSwatini. Angifunanga ukuhlala edholobheni -- ngathanda ukuhlala ehlanzeni. Ngakhumbula abangane bami futhi. Lapho eMozambique abantu bayakhuluma isiPutukezi futhi angaqondanga lolu limi. Ngadabuka kakhulu futhi ngakhala ubusuku bonke anduba ngalale. Kodwa uNkulunkulu wababiza abazali bami ukusebenza eMozambique futhi bathembekile. Ngesikhathi ngahlangana ngentombazana uCeleste. Sadlala nanxa asikhulumaga ulimi olufanayo. Kancane kancane ngafunda isiPutukezi futhi uCeleste wafunda isiNgisi. Ngajoyina ikhwaya ngabantu abasha esontweni futhi ngaqala ukufunda nokucula ngesiShangana. Esinye sikhathi sacula ngesiZulu. Ngabasiza kancane ukuphimisa amagama esiZulu ngoba ngahlala eSwatini kodwa angaqondanga kahle ayesho. Lapho eMozambique ngaqala ukuthanda ulimi isiShangana futhi ngafuna kakhulu ukufunda lolu limi kodwa sahlala edholobheni eMaputo. Ambalwe abantu abasha bakhuluma isiShangana kahle. Bangikhusela ukufunda isiPutukezi kuphela futhi nganginethuba ukulofunda. Iminyaka edlule futhi ngaya Melika ukungena enyunivesi kodwa njalo ngafisa ngafunda ulimi olunye wase-Afrika. |